Frobits
🎵 A song made on Frobits

Mama Uzokungithola Kanjani

0:000:00
Download
Make your own song
Lyrics

[male vocals] Mama

Mama,

ngikukhumbule

kakhulu

Sengathi

umoya

wami

ungaphola

Ungishiye

kusekusha

kakhulu

Ungishiye

kungakafaneli,

ngisadinga

ukukubona

Ungishiye

ngisakudinga,

ngisakulubalubela

Impilo

ayisafani,

indlu

ithule.

Kodwa

yimi

oshonjalo

mama

Umbono

wami

awufani

nokaJehova

Mama,

ngiyasibona

isikhala

sakho

Anginamuntu

ozongibeka

esifubeni

sakhe

Mama,

I

love

you,

now

and

forever

Noma

uphila

kwelamathonga,

umoya

wethu

usabambene

Ingabe

konke

lokhu

esithenjiswa

kona

ebhayibhelini

Uyakubona

lapho

ukhona

mama?

Ingabe

usufikile

ezweni

lesethembiso?

Liphi

izwe

loju

nobisi,

usulibonile

mama?

Ngisazama

ukubamba

amaphupho

ami

Noma

inhliziyo

yami

ibuhlungu,

ngiyazama

Mama,

ngiyasibona

isikhala

sakho

Anginamuntu

ozongibeka

esifubeni

sakhe

Mama,

I

love

you,

now

and

forever

Noma

uphila

kwelamathonga,

umoya

wethu

usabambene

Nginike

inamba

yocingo

ngikufonele

Sikhulume

kuze

kuphele

idata

lami

Sikhulume

kuze

kuse,

ngixoxe

nawe

Inamba

mama

ngiphe,

ngikuzwe

futhi

Umhlaba

awusafani

ngaphandle

kwakho

Kodwa

ngiyazi

umoya

wakho

uyangivikela

Ngyazama

ukuqhubeka,

ngyazama

ukumamatheka

Uthando

lwethu

alusoze

lwaphela

Mama

wami,

sithandwa

sami

Mama,

ngiyasibona

isikhala

sakho

Anginamuntu

ozongibeka

esifubeni

sakhe

Mama,

I

love

you,

now

and

forever

Noma

uphile

kwelamathonga,

umoya

wethu

usabambene

Nginike

inamba

yocingo,

mama

Sikhulume

kuze

kuphele

idata

lami

Ngikukhumbule,

ngikukhumbule

Lala

kahle,

mama

wami

Mangethe

More songs by Hlekabemhlanganyela Listen to songs created by others
FROBITS