Frobits
šŸŽµ A song made on Frobits

Voice of Jehova

0:000:00
Download
Reply with a song
Lyrics

Izwi

likaJehova

Izwi

LikaJehova

Isingeniso

Jehova

wethu,

Wena

wedwa

ufanele

inkazimulo.

Wena

wedwa

ufanele

udumo.

Siguqa

phambi

kwesihlalo

sakho

sobukhosi,

Siyakuphakamisa,

Jehova

wethu

Ivesi 1

Ngaphambi

kokuba

kube

khona

umhlaba,

Wawukhona

wena,

Nkosi

yamakhosi.

Izulu

nomhlaba

kumemeza

ubukhulu

bakho,

Yonke

indalo

iyakhothama

kuwe.

Amakherubhi

namaSerafi.

Nezidalwa

zonke

zezulu

zikhothama

phambi

kwakho

zethula

imiqhele

ziyibeke

phansi

zithi

ngcwele

ngcwele

Jehova

Sebawoti

Lapho

ngibheka

imisebenzi

yezandla

zakho,

Inhliziyo

yami

igcwala

ukudumisa.

Ngoba

akekho

onjengawe,

UnguNkulunkulu

kuze

kube

phakade.

Pre-Chorus

Masiphakamiseni

uJehova

Masimudumise

ngobungcwele

bakhe.

Makukhothame

zonke

izinhliziyo,

Ngoba

ulufanele

lonke

udumo.

Chorus

Izwi

likaJehova

linamandla!

Izwi

likaJehova

ligcwele

inkazimulo!

Ujehova

ubusa

kuze

kube

phakade,

Siyakukhonza,

Jehova

wethu!

Ungcwele!

Ungcwele!

Ufanele

lonke

udumo!

Jehova

wenkazimulo,

Siguqa

phambi

kwakho.

Lapho

ukhuluma,

ubumnyama

buyabaleka.

Lapho

ukhuluma,

ithemba

liyavuka.

Izibopho

ziyaphuka,

Izinhliziyo

ziyaphila,

Ngoba

izwi

lakho

linikeza

ukuphila.

Akukho

olungamelana

namandla

akho.

Akukho

olungaguqula

uthando

lwakho.

Wena

wngujehova

wezizwe

zonke,

Ubukhosi

bakho

abusoze

baphela. (

Bridge)

Ngubani

onjengawe,

Jehova?

Akekho...

Akekho...

Singkauqhathamisa

sikufanise

nobani

ukuba

ningafana

na.

Siyoze

siguge ,

siyoze

sibempunga

usithwele .

Pho

ngubani

ofanele

ukukhonzwa?

NguJesu...

NguJesu...

Ngubani

obusa

kuze

kube

phakade?

NguJesu...

INkosi

yenkazimulo.

Wena

uyiNkosi

yamakhosi.

Wena

uyiNkosi

yokuthula.

Izizwe

zonke

zizokukhonza.

Izilimi

zonke

zizovuma.

Izwi

lakho

liyaphilisa.

Izwi

lakho

liyaduduza.

Izwi

lakho

linamandla.

Izwi

lakho

lingukuphila.

Ikhorasi

Yokugcina

Izwi

lijajehova

linamandla!

Izwi

likaJehova

ligcwele

inkazimulo!

Ujehova

uyabusa

kuze

kube

phakade,

Siyakukhonza,

Jehova

wethu!

Ufanele

lonke

udumo!

Nkosi

yenkazimulo,

Siguqa

phambi

kwakho.

Ukuphetha

Yamukela

inkazimulo.

Yamukela

udumo.

Yamukela

ukukhonzwa.

Ngokuba

wena

uyinkosib

udumo

KuNkukunkulu

nokuthula

emhlabeni

kuze

kube

phakade.

Hallelujah

Hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

Amen.

Oh,

I

need

you,

yeah

Jehova

Your

love

is

the

reason

I

still

sing

for

you

day

in

and

day

out

I’

m

deep

in

the

rhythm,

I’

m

loving

you

so (

Oh,

yeah,

I

need

you)

Your

voice

is

the

melody

inside

my

veins

Yamukela

ukukhonzwa.

Ngokuba

wena

uyinkosib

udumo

KuNkukunkulu

nokuthula

emhlabeni

kuze

kube

phakade.

Hallelujah

Hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

hallelujah

Amazulu

noMahlaba

mawakhothame

phambi

kwakho

Amen.

More songs by Syah Listen to songs created by others
FROBITS