[male
vocals] (
Mmm,
yeah)
Kanti
wawuthini
mama?
Awungivuse,
awungazise
Kanti
wawuthini
mama?
Ngikuzwa
uthi
angijove
Uthi
angivikele
inzalo
yami
Kodwa
uthi
angiziphathe
kahle
Kanti
yini
ofuna
ukuyisho?
Awungitshele,
kanti
wawuthini?
Uthi
angijove,
uthi
angiziphathe
kahle
Uthi
angizigade,
ngihambele
kude
nabafana
Kanti
kusho
ukuthini
ngalokhu
mama?
Uthi
angijove
kodwa
futhi
Uthi
angihlalele
kude
nabafana
Ingabe
uthi
angithandane,
ngilale
nabo?
Kodwa
ngingakhulelwa,
yiloko
okushoyo?
Awungitshele,
kanti
wawuthini?
Uthi
angijove,
uthi
angiziphathe
kahle
Uthi
angizigade,
ngihambele
kude
nabafana
Kanti
kusho
ukuthini
lokhu
mama?
Mama,
umjovo
uvikela
ukukhulelwa
kuphela
Uma
kwenzeka
ngithola
izifo,
ngenzenjani?
Awungitshele
mama,
ngempela
uthini? (
Baby,
yeah,
ngenzenjani?)
Hhayi
mama,
mina
ngicela
ukuzithiba
Ngihlale
ngentombi
Ngiqhubeke
nokuziphatha
kahle
Ngimane
ngikhohlwe
yikhokonke
lokhu (
Oh,
mmm,
yeah)
Awungitshele,
kanti
wawuthini?
Uthi
angijove,
uthi
angiziphathe
kahle
Uthi
angizigade,
ngihambele
kude
nabafana
Kanti
kusho
ukuthini
lokhu
mama?
Kanti
wawuthini
mama?
Ngifuna
ukwazi,
ngifuna
ukuzwa (
I
need
you,
mama)
Kanti
wawuthini? (
Mmmmmmm
Mangethe